Kudala ngizisondeza kuwe
Kudala ngizama ukubonisa
Inhlela engizizwa ngayo ngawe
Dali cela wazi kutsi yoh ngiyak'thanda
Kudala ngizisondeza kuwe
Kudala ngizama ukubonisa
Indlela engizizwa ngayo ngawe
Dali cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Mawubuka emehlweni ami
Kugcwele thando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo ngawe dali
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Mawubuka emehlweni ami
Kugcwele thando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo ngawe dali
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Nhliziyo yami ngiyibeke zandleni zakho
Ngifisa ukukthanda kunaphakade
Oh dali sibe mathe nolwimi
Cela wazi kuthi yoh ngiyakuthanda
Nguwe ngqondweni yami angikwazi cabanga mihla yonke uhlale
usenhlizweni
Indlela engizizwa ngayo ngawe dali cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Mawubuka emehlweni ami
Kugcwel' uthando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo ngawe dali
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Mawubuka emehlweni ami
Kugcwele thando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo ngawe dali
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda
Ooooh oh cela wazi ngiyak'thanda baby oh ngiyak'thanda
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda ooooh
Cela wazi kuthi yoh ngiyak'thanda