Ay phela ngikwazi kahle,
ntombazane Ndikuthanda ngi'ze ngindlule abangakini
Ngakuthanda zibekwa Ngik'geja nango kiss, ngakuthandazela
Ngixela iNkosi ufike Wancika wathi gci Wancika wathi mxwi
Zacisha izibani cwi Ay kanti kuyangigcina Nga
Swisha kwathi tsi Asithembe ukuthi uyabona Ukuthi angizanga
ngokuningi Ngikuphathele nje isibongo Angifuni omunye umuntu Aw
Ngibona wena wedwa Lofika lelo suku Ngizok' Lobola wena baby
Uk'qhamuka kwe nkanyezi Ukukhanya okwelanga Ungangitshela
noma yini Ngistholil' isithandwa sam
Bangicelela ka Zungu(yelele ma) Bakucela ka Khumalo(yelele ma)
Bangicelela ka Zu-ngu(yelele ma) Bakucela naka
Shandu(yelele ma) Bakucela ngob' isiko(yelele ma)
Banzela umfanana(yelele ma)
Ngay' cecela ke mina(yelele ma)
Ngay' khethela wena(yelele ma)
Khetile khetile(Mungu wangu eeh) Khetile
khetile(Mungu wangu eeh,Khetile Khetile)
Khetile khetile(Khetile Khetile) Khetile khetile(Khetile Khetile)
Lilizela keh gogo
Mus' ukukhala we Mama
Busiseka ngelosi
iNkosi ikwazi ngegama
Ngibonga uMa owakuzala
Ngibonga ubab' owakondla
Ngibonga namadla wakho
Kulezimpu esazinqoba
Buka phela we Sisi
Ngifuna plenty ye Kids
Oh shumayela mfundisi
Ngizovula iveyili ngim Khise
Asikaqedi my love
Nalendawo asiyekayazi
Kodwa keh sobonisana Wena ma
Vilakazi