Joyous Celebration - Umoya Kulendawo (Live) 歌词

Ukungena kwami ngeke kufane nokuphuma kwami
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo

Ukungena kwami ngeke kufane nokuphuma kwami (Hallelujah)
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo (ukule ndawo)

Kunjani weh bangcwele laph' omunye efakaza
(Omunye uyaqiniswa, kuvuswe nokholo lwakhe)

Kanti kunjani weh bangcwele laph' omunye eshumayela
(Isoni siyabuyiswa, sithokoze nabangcwele)

(Izilimi) Izilimi kuyabuyiswa,
siyathola nemfihlakalo (Hay' umoya)
Hay' umoya kaJehova okule ndawo (okule ndawo)

Ukungena kwami ngeke kufane nokuphuma kwami
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
ukule ndawo

Amadimoni ayabaleka, kuyaphiliswa nezinhlungu
Hay' umoya kaJehova okule ndawo
Iinkinga ziyoshabalala, ubuhlungu bami buyosuswa

Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo
UMOYA KULENDAWO
这个歌词已经 135 次被阅读了