Joyous Celebration - Bengingazi 歌词

Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka

Oh! Waze wanikela ngempilo yakho

Inani legaz' owang'thenga ngalo liphakeme


Ang'soze ngakubonga ngokwanele

Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona Msindisi wami

Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho


Impilo yam' ayilutho ngaphandle komusa wakho,

Wang' thwalela wedw' umqhele wameva

Oh! Hawu lobo buhlungu owabuzwa


Ang' soze ngaz' ukuthi wabonani kimina

Kodw' engikwaziyo ukuthi ung' sindisile

Oh! Oh! Woh! Oh! Oh! Oh! Woh! Oh!
Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho
这个歌词已经 309 次被阅读了