Joyous Celebration - Ngizolibonga Тексты

Ngiphakamisela amehlo ami kuwe msindisi
Nguwe ithembalami ekuhambeni kwami.
Wena walizwa izwi lomkhuleko wami
Ngikhala kuwe msindisi

Welula isandla sakho wangiphakamisa.
Ngizolibonga, ngizolibonga
Ngizolibonga elakho igama

Ungena nathi, ungena nathi
Ungena nathi esithandweni somlilo
Этот текст прочитали 446 раз.